Wamukelekile

Ukuthola ukuvuselelwa okusha kuleli fayela lefunda mina, buka http://www.openoffice.org/welcome/readme.html

Msebenzisi Othandekayo

Leli fayela liqukethe ulwazi olubalulekile mayelana nalolu hlelo lwemisebenzi. Siza ufunde lolu lwazi ngokucophelela ngaphambi kokuqala umsebenzi.

http://www.openoffice.org/about_us/introduction.html

Amapheshana Okufakwa

Izidingo Zesistimu:

Ubunzima bokuqala i-OpenOffice.org (e.g. ukulengisa imiyalelo) kanye nezinkinga zokuvezwa kwesikrini zibangwa umshayeli wekhadi lemidwebo. Uma lezi nkinga zenzeka, siza uvuselele umshayeli wekhadi lakho lemidwebo noma zama ukusebenzisa umshayeli wemidwevbo othunyelwe kanye nesistimu yakho yokusebenzisa. Ubunzima obuvezwa ngamalunga angu-3D bungaxazululwa ngokukhubekisa ukhetho "Vula OpenGL" ngaphansi 'Amathuluzi - Izinketho - Umbukiso - Umbukiso ongu-3D'.

Siza uqiniseke ukuthi unenkumbulo eyanele ohlwini lwamafayela esikhashana kwisistimu yakho nokuthi amalungelo okufunda, okubhala kanye nokusebenza asenikeziwe. Vala zonke izinhlelo zemisebenzi ngaphambi kokuqala ukufakwa.

Izinkinga Ngesikhathi Sokuqalisa kwe-Gnome

Uma uhlangabezana nezinkinga zokuqalisa i-OpenOffice.org (kakhuluzi ngesikhathi usebenzisa i-Gnome) siza 'ungamisi' indalo eshintshayo kwi-Menenja-Yesigaba ngaphakathi kwegobolondo olisebenzise ekuqaleni i-OpenOffice.org. Lokhu kungenziwa ngokongeza ulayini we-"ungamisi Imenenja-Yesigaba" ekuqaleni kombhalo wegobolondp lehhovisi otholakala ohlwini lamafayela "[isigcini samafayela]/uhlelo lwemisebenzi".

Ishintsha Uhlobo lwamagama Loxhumanisi Womsebenzisi

Ukushintsha uhlobo lwamagama lomxhumanisi womsebenzisi we-OpenOffice.org, kumele ubuyisele esikhundleni uhlobo lwamagama lwendalo "Andale Sans UI" ngolunye uhlobo lwamagama ebese umaka isilungiselelo "sanjalo" salokhu kubuyiselwa.

Bhekisa Kusizo lwe-OpenOffice ukuthola incazelo ejulile yengxoxo.

Izinkinobho zezindlela ezimfushane

Ukukhiywa Kwefayela

Isexwayiso: Ukunyakazisa ingxenye yokukhiya ifayela kungabanga izinkinga nge-Solaris 2.5.1 kanye no- 2.7 esetshenziswe nge-Linux NFS 2.0. Uma indalo yesistimu yakho inalemibandela, siyatusa ukuthi ukugweme ukusebenzisa ingxenye yokukhiya ifayela. Uma kungenjalo i-OpenOffice.org izolenga uma uzama ukuvula ifayela elisuka efayeleni ohlwini lwamafayela olunyusiwe lwe-NFS olusuka kwikhomputha yakho ye-Linux.

Ikhodi Lemvelaphi Elisetshenzisiwe/Elilungisiwe

Izingxenye Zelungelo lokushicilela 1998, 1999 James Clark. Izingxenye Zelungelo Lokushicilelala Lenhlanganiseli Yezokuxhumana ye-Netscape 1996, 1998.

Umphakathi we-OpenOffice.org ungazuza kakhulu ekuzinikeleni kwakho ekuthuthukisweni kwalomsebenzi wemvelaphi evulelekile.

http://www.openoffice.org/welcome/registration-site.html

Kukhona futhi Umbuzo Womsebenzisi etholakala ngaphathi koxhumano esikukhuthazayo ukuthi uligcwalise. Iphepha lemibuzo Yomsebenzisi lisiza i-OpenOffice.org ikuba isebenze ngokushesha ekumiseni umgangatho wokudalwa kwesizalwane esisha sehhovisi. Ngalo mgomo Wangasese, Umphakathi we-OpenOffice.org uqinisekisa ukuvikeleka kolwazi lwakho lwangasese.

Nalu uhlu lokuthumela iposi lomsebenzi ongawujoyina e

Joyina owodwa noma eminingi Imsebenzi

Ungakwazi ukwenza umahluko omkhulu kulomsebenzi obalulekikle wemvelaphi evulekile nomangave unolwazi oluncane mayelana nokwakhiwa kwengaphakathi lekhomputha noma okokufaka ikhodi. Yebo, wena!

http://marketing.openoffice.org/contacts.html

Ukuxhaswa Komsebenzisi

. Uma kungenjalo, ungathumela imibuzo yakho e- users@openoffice.org. Khumbula ukujoyina ohlwini ukuze uthole impendulo yeposi lekhomputha.

.

Indlela Yokuqala

.